Umbhalo Waphansi
c Ezinye izifo zengqondo zibonakala zelapheka kahle ngemithi efanele. Kodwa lemithi kufanele isetshenziswe ngokuqapha ngaphansi kwesiqondiso sodokotela abavamile noma abelapha ingqondo abanekhono nokuhlangenwe nakho, ngoba kungaba nemiphumela emibi uma ingalinganiswanga ngendlela efanele.