Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO

Umbhalo Waphansi

a Ngokuthakazelisayo, isembozo sangaphandle seThe Golden Age saqale sabadumaza abanye abafundi. Kubo sasibonakala sivame kakhulu. Ekuphenduleni umbiko wonyaka weWatch Tower Society wathi: “Kulokhu singathanda ukusho ukuthi ngesikhathi lomagazini iThe Golden Age uqala kwakunesiteleka sabanyathelisi eDolobheni laseNew York nezindawo ezizungezile. Ezinsukwini ezimbalwa nje ngaphambili, kwakwenziwe isivumelwano salomagazini weThe Golden Age futhi amadoda ayesebenza ngemishini eyayisebenzisa uhlobo lwephepha nesembozo okwakusetshenziswe kuwo awazange ateleke. Khona-ke kwaba ngokuqondisa kwaphezulu ukuthi uhlobo lwesembozo nephepha kwase kukhethiwe, ukuba kwakukhethwe olunye wawungeke uqalwe kwanhlobo umagazini. Ngakho-ke kwabonakala ukuthi iNkosi yayiwuthanda lomagazini omusha.”

Zulu Publications (1975-2026)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela