Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO

Umbhalo Waphansi

c Indoda noma umfazi odlwengulwe ngokuphoqwa ngeke abe necala leporneia.

IThe New International Dictionary of New Testament Theology iyaphawula, ngokwesibonelo, ukuthi elithi porneia lisho “ukungabimsulwa, ubundindwa, ukuziphatha okubi, ubufebe.” Ithi futhi: “Amagama ahlobene [ahlela elithi porneia] angachaza imikhuba ehlukahlukene yokuziphatha kobulili okungaphandle komshado njengoba ehlukile kwejwayelekile eyamukelekayo ngokwenhlalo nangokwenkolo (ngokwesibonelo ubungqingili, ubundindwa ubulili nabantwana, [ukoniwa kwezingane ngokobulili], futhi ikakhulu ubundindwa.” Kanjalo elithi porneia lihlanganisa ukuphinga (ngesiGreki, moikheia, futhi lingahlanganisa eziningi ezinye izenzo zokuziphatha okubi ezingaphandle komshado, njengobulili bomlomo noma ngendunu kanye nokulala nesilwane.

Eka-1979 iGreek-English Lexicon of the New Testament and Other Early Christian Literature ehlonishwa kakhulu (nguBauer, Arndt noGingrich) ichaza elithi porneia njengo“bundindwa, ukungabi nasimilo, ubufebe, balo lonke uhlobo lokuhlangana kobulili okungemthetho.”

Zulu Publications (1975-2026)
Phuma
Ngena
  • IsiZulu
  • Thumela
  • Okukhethayo
  • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
  • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
  • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
  • JW.ORG
  • Ngena
Thumela