Umbhalo Waphansi
e Kubonakala sengathi uHezekeli wayeneminyaka engu-30 lapho eqala ukuprofetha ngonyaka ka-613 B.C.E. Ngakho wazalwa ngonyaka ka643 B.C.E. (Hez. 1:1) UJosiya waqala ukubusa ngo-659 B.C.E., kwathi incwadi yoMthetho eyabhalwa kuqala yatholakala cishe ngonyaka ka-18 wokubusa kwakhe, noma cishe ngonyaka ka-642 kuya ku-641 B.C.E.