Umbhalo Waphansi
b Ngenxa yobufakazi bemivubukulo obatholakala ngasekuqaleni kwawo-1960, eL’Anse aux Meadows emaphethelweni eNewfoundland ngasenyakatho, kuye kwakhiwa kabusha izindlu zamaNorse ezakhiwe ngamasoyi. Lobu bufakazi bubonisa ukuthi amaViking ayekhona eminyakeni eyinkulungwane ngaphambili, kodwa kuyangabazeka ukuthi le ndawo yayiyingxenye yeVinland yodumo.—Bheka i-Phaphama! ka-July 8, 1999.