Umbhalo Osekugcineni
^ [1] (isigaba 7) Phakathi kwamaphuzu uJesu akhuluma ngawo kwakunalawa: (1) Shumayela umyalezo ofanele. (2) Yaneliseka ngamalungiselelo kaNkulunkulu. (3) Gwema ukuphikisana nabaninikhaya. (4) Thembela kuNkulunkulu lapho ubhekene nabaphikisi. (5) Unganqotshwa ukwesaba.