-
Levitikusi 25:4IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
-
-
4 Kodwa ngonyaka wesikhombisa, izwe kufanele libe nesabatha lokuphumula ngokuphelele, isabatha kuJehova. Akufanele uhlwanyele imbewu ensimini yakho noma uthene insimu yakho yamagilebhisi.
-