Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • ijwbq isihloko 17
  • Ingabe IBhayibheli Liyakuvumela Ukudivosa?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe IBhayibheli Liyakuvumela Ukudivosa?
  • Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
  • Izihlokwana
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Impendulo YeBhayibheli
  • Imibuzo Evela Kubafundi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka (Efundwayo)—2022
  • Idivosi—IBhayibheli Lithini Ngempela?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
  • Uma Umuntu Ekhetha Ukuhlukanisa
    I-Phaphama!—1999
  • Hlonipha “Lokho UNkulunkulu Akubophele Ndawonye”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2018 (Efundwayo)
Bheka Okunye
Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
ijwbq isihloko 17
Abantu abashadile bacabanga ngokudivosa

Ingabe IBhayibheli Liyakuvumela Ukudivosa?

Impendulo YeBhayibheli

IBhayibheli liyakuvumela ukudivosa. Nokho, uJesu waveza isizathu esisodwa kuphela esamukelekayo sokudivosa lapho ethi: “Noma ubani ohlukanisa nomkakhe, ngaphandle kwesizathu sobufebe [ubulili ngaphandle komshado], ashade nomunye, uyaphinga.”—Mathewu 19:9.

UNkulunkulu uyakuzonda ukudivosa ngezizathu zobuqili nenkohliso. Uzobenza balandise abantu abashiya abangane babo bomshado ngaphandle kwesizathu, ikakhulu uma benza kanjalo ngenjongo yokushada nomunye.—Malaki 2:13-16; Marku 10:9.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela