U-Abrahama ulalela uNkulunkulu ngokuhamba no-Isaka baye ezweni laseMoriya
Ongase Uxoxe Ngakho
●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA
Umbuzo: Wayengubani uJesu?
UmBhalo: Math 16:16
Ngokuzayo: Kungani kwadingeka ukuba uJesu afe?
○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA
Umbuzo: Kungani kwadingeka ukuba uJesu afe?
UmBhalo: Math 20:28
Ngokuzayo: Singabonisa kanjani ukuthi siyabonga ngomhlatshelo kaJesu wesihlengo?
○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI
Umbuzo: Singabonisa kanjani ukuthi siyabonga ngomhlatshelo kaJesu wesihlengo?
UmBhalo: Joh 17:3
Ngokuzayo: Kwenziwani emihlanganweni yoFakazi BakaJehova?
UMKHANKASO WESIMEMO SESIKHUMBUZO (Mashi 14–Ephreli 7):
“Sicela ukukumema embuthanweni okhethekile wokukhumbula ukufa kukaJesu. Izigidi zabantu emhlabeni wonke zivame ukuba khona kulo mbuthano.” Mnike isimemo. “Lesi simemo sinesikhathi nendawo esizobe sihlangene kuyo. Sicela ukukumemela nasenkulumweni ekhethekile esizoba nayo ngesonto elingaphambi kweleSikhumbuzo.”
Ngokuzayo, Lapho Umninikhaya Elalela: Kungani kwadingeka ukuba uJesu afe?