Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb19 Novemba k. 3
  • Gwema Ukuthonywa Yizwe Lapho Ulungiselela Umshado

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Gwema Ukuthonywa Yizwe Lapho Ulungiselela Umshado
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Eningakwenza Ukuze Nilungiselele Umshado Odumisa UJehova
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Efundwayo)—2025
  • Yenza Umshado Wakho Ujabulise Futhi Uhlonipheke
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2006
  • Imishado YobuKristu Eletha Injabulo
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1984
  • Imishado Ejabulisayo Edumisa UJehova
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka—2000
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2019
mwb19 Novemba k. 3
Isithombe somndeni emshadweni

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Gwema Ukuthonywa Yizwe Lapho Ulungiselela Umshado

AmaKristu athembisene alungiselela umshado kudingeka enze izinqumo eziningi. Angase abone sengathi kufanele enze imishado ebizayo evame ukwenziwa emphakathini. Abangane nomndeni abangahlose bubi bangase baveze imibono yabo ngezinto okufanele zibe khona emshadweni. Yiziphi izimiso zeBhayibheli ezingasiza abathembisene bahlele lolu suku lwabo olukhethekile ngendlela ezokwenza basale benonembeza ohlanzekile futhi bengazisoli ngalutho?

BUKA IVIDIYO ETHI IMISHADO EDUMISA UJEHOVA, BESE UPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • Izimiso zeBhayibheli ezilandelayo zimsize kanjani uThemba noNomusa?

    • 1Kor 10:31

    • 1Joh 2:15, 16

    • Gal 5:19-21

    • 1Thim 2:9

  • Kungani laba abathembisene kufanele bakhethe umKristu ovuthiwe ukuba abe “umqondisi wedili”?—Joh 2:9, 10.

  • Yiziphi izizathu ezenza uThemba noNomusa bakhetha ukwenza ngendlela abenza ngayo emshadweni wabo?

  • Ubani onomthwalo wokwenza izinqumo ngokuphathelene nomshado kanye nedili lomshado?—w06 10/15 25 ¶10.

AmaKristu athembisene acwaninga ngomshado esebenzisa itheblethi nephepha, ayathandaza, axoxa ngezinhlelo zomshado nabazali bakadadewethu bese ekhipha izimemo zomshado nomndeni kamfowethu
    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela