Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb18 Agasti k. 4
  • Funda Emfanekisweni Womina Abayishumi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Funda Emfanekisweni Womina Abayishumi
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Funda Emfanekisweni Wamathalenta
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2015
  • Ukusekela Abafowabo BakaKristu Ngobuqotho
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2015
  • Umfanekiso Womina
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
  • Umfanekiso Womina
    Umuntu Omkhulu Kunabo Bonke Owake Waphila
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2018
mwb18 Agasti k. 4

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | LUKA 19-20

Funda Emfanekisweni Womina Abayishumi

19:12-24

Inkosi, izinceku nezikhwama zemali

Zimelelani izinto uJesu akhuluma ngazo kulo mfanekiso?

  1. Inkosi imelela uJesu

  2. Izinceku zimelela abafundi bakaJesu abagcotshiwe

  3. Imali inkosi eyayinika izinceku imelela ilungelo eliyigugu lokufundisa abantu ukuze babe abafundi

Lo mfanekiso unesixwayiso salokho okuzokwenzeka uma abafundi bakaKristu abagcotshiwe beqala ukuba nobuntu obufana nobenceku embi. UJesu ulindele ukuba abafundi bakhe basebenzise sonke isikhathi sabo, amandla ngisho nezinto zabo ukuze basize abantu abaningi babe abafundi.

Ngingawalingisa kanjani amaKristu agcotshiwe athembekile emsebenzini wokufundisa abantu ukuze babe abafundi?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela