Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Okthoba k. 8
  • Ingabe Uwasebenzisa Kahle Amakhadi Okuxhumana E-JW.ORG?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ingabe Uwasebenzisa Kahle Amakhadi Okuxhumana E-JW.ORG?
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Amakhadi Okuthenga Ngesikweleti—Ingabe Ayokusiza Noma Ayokwenza Isigqila?
    I-Phaphama!—1996
  • Ingabe Kufanele Ngibe Nekhadi Lokuthenga Ngesikweletu?
    I-Phaphama!—1999
  • “Masithumele Ikhadi”
    I-Phaphama!—1993
  • Amalungiselelo Okusisiza Ukuba Siyeke Igazi
    INkonzo Yethu YoMbuso Ka-2004
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Okthoba k. 8

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingabe Uwasebenzisa Kahle Amakhadi Okungena Ku-JW.ORG?

Omunye woFakazi BakaJehova unika othile ikhadi lokungena ku-jw.org

Njengoba usizi olukhulu lusondela, umsebenzi wethu wokushumayela uyaphuthuma. (IzA 24:11, 12, 20) Ukuze sisize abantu, singasebenzisa amakhadi aqondisa abantu eZwini likaNkulunkulu nasengosini yethu. Leli khadi linekhodi evulela abantu i-video ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? futhi le video ikhuthaza abantu ukuba bacele ulwazi olwengeziwe noma isifundo seBhayibheli. Abanye abantu abathandi ukwamukela izincwadi zethu kodwa bangathanda ukungena engosini yethu. Ungangabazi ukubanika leli khadi. Nokho, ungawashiyi kulabo abangalithandi iqiniso.

Njengoba uqhubeka nemisebenzi yansuku zonke, ungalivusa ilukuluku lokwazi iqiniso ngokumane nje uthi: “Nginokuthile engithanda ukukunika kona. Leli khadi likuyisa engosini okutholakala kuyo ulwazi lwamahhala kanye nama-video anezihloko ezihlukahlukene.” (Joh 4:7) Ngenxa yokuthi la amakhadi mancane, kungaba lula ukuba uphathe nje ambalwa khona uzokwazi ukuwasebenzisa lapho kuvela ithuba lokufakaza.

HAMBISA IKHADI . . .

  • lapho ushumayela ngokwethukela

  • lapho ushumayela ensimini yamabhizinisi

  • lapho othile elalela umyalezo wethu kodwa engathandisisi ukuthatha okunye okunyathelisiwe

Ikhadi lokungena ku-jw.org elibonisa iBhayibheli elivuliwe
Ikhadi lokungena ku-jw.org elibonisa iBhayibheli elivuliwe
Ikhadi lokungena ku-jw.org elibonisa omunye woFakazi BakaJehova eqhuba isifundo seBhayibheli nomndeni othile
Ingemuva lekhadi lokungena ku-jw.org

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela