Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb16 Juni k. 3
  • Thembela KuJehova Wenze Okuhle

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Thembela KuJehova Wenze Okuhle
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
  • Indaba Ethi Ayifane
  • “Jabula Kakhulu NgoJehova”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2003
  • IHubo 37:4—“Zithokozise NgoJehova”
    Amavesi EBhayibheli Ayachazwa
  • Thembela KuJehova Ngaso Sonke Isikhathi!
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2015
  • Yenza UJehova Abe Ithemba Lakho
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1988
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2016
mwb16 Juni k. 3

AMAGUGU AVELA EZWINI LIKANKULUNKULU | AMAHUBO 34-37

Thembela KuJehova Wenze Okuhle

“Ungabi nomona ngabenza ukungalungi”

37:1, 2

  • Ungayivumeli impumelelo yesikhashana yababi ikuphazamise ekukhonzeni uJehova. Hlale ugxile ezibusisweni nasemigomweni engokomoya

“Thembela kuJehova wenze okuhle”

37:3

  • Qiniseka ukuthi uJehova uyokusekela kunoma yikuphi ukungabaza nokukhathazeka. Uyokusiza uhlale uthembekile

  • Zigcine umatasa ekushumayeleni izindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu

“Jabula kakhulu ngoJehova”

37:4

  • Hlela isikhathi sokufunda iZwi likaNkulunkulu futhi uzindle ngalo unomgomo wokwazi uJehova kangcono

“Gingqela indlela yakho kuJehova”

37:5, 6

  • Qiniseka ngokuphelele ukuthi uJehova uyokusiza ubhekane nanoma iyiphi inkinga

  • Qhubeka uziphethe kahle lapho uphikiswa, ushushiswa noma uqanjelwa amanga

“Thula phambi kukaJehova umlinde ngokulangazela”

37:7-9

  • Gwema izenzo zokuxhamazela ezingakulahlekisela ngenjabulo nokulondeka okungokomoya

“Abamnene bayodla ifa lomhlaba”

37:10, 11

  • Funa ubumnene futhi ulinde uJehova ngokuthobeka ukuba asuse konke ukungabi nabulungisa obhekene nabo

  • Sekela okholwa nabo futhi ududuze abacindezelekile ngesithembiso sezwe elisha likaNkulunkulu, eselisemnyango

Izandla zengelosi zibonisa umhlaba oyiPharadesi

UMbuso kaMesiya uzoletha izibusiso eziningi

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela