Imihlangano Yenkonzo Yasensimini
JUNE 4-10
Bukezani Isihloko SeNgxoxo
1. Kungani sifike ngesikhathi?
2. Uyolethula kanjani iphuzu ngalinye?
3. Ungasifushanisa kanjani kubantu abamatasa?
JUNE 11-17
Isipho esisha sangoJune
1. Yimaphi amaphuzu engxoxo ayinhloko?
2. Siyoba kanjani ikhambi lezidingo zabantu endaweni yakini?
JUNE 18-24
Ngencwadi ethi Intsha Iyabuza
1. Yiziphi izingxenye noma izahluko oye waziqokomisa ezisohlwini lokuphakathi?
2. Yimaphi amaphuzu akhethekile noma izithombe oye waziqokomisa?
JUNE 25–JULY 1
Iyiphi indlela
1. Oyosibeka ngayo isisekelo sokuphindela lapho uhambela okokuqala?
2. Oyovusa ngayo isithakazelo esifundweni seBhayibheli sasekhaya?