Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • sjj ingoma 55
  • Ningabesabi!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ningabesabi!
  • ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Ningabesabi!
    Hubelani UJehova
  • Ningabesabi!
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • ‛Isimo Sezwe Siyadlula’
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Ukuphila Okungenasiphelo—Ekugcineni!
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
Bheka Okunye
‘Culela UJehova Ngenjabulo’
sjj ingoma 55

INGOMA 55

Ningabesabi!

Uhlelo Oluprintiwe

(Mathewu 10:28)

  1. 1. Qhubekani bantu bami,

    N’shumayele nges’bindi.

    Ningamesab’ omubi.

    Bonk’ abantu mabazi

    Ukuth’ uKristu waxosha

    isitha ezulwini,

    Uzokhulul’ iziboshwa

    ngokuboph’ uDeveli.

    (CHORUS)

    Ningesabi bantu bami,

    Noma benisongela.

    Ngohlale nginivikela

    Njengenhlamvu yeso lam’.

  2. 2. Nom’ izitha ziziningi

    Noma zinisabisa,

    Noma z’khuluma kahle,

    Ukuze zidukise,

    Ningesabi bantu bami,

    Noma benishushisa,

    Ngoba ngiyonivikela

    Ize iphele impi.

    (CHORUS)

    Ningesabi bantu bami,

    Noma benisongela.

    Ngohlale nginivikela

    Njengenhlamvu yeso lam’.

  3. 3. Ngeke nginishiye neze;

    Njalo ng’yonivikela.

    Nom’ ensimini nifa,

    Nokufa ngokunqoba.

    Ningesab’ ababulala

    Umzimba kunokholo.

    Qhubekani nithembeka

    Nize nithol’ umvuzo!

    (CHORUS)

    Ningesabi bantu bami,

    Noma benisongela.

    Ngohlale nginivikela

    Njengenhlamvu yeso lam’.

(Bheka noDut. 32:10; Neh. 4:14; IHu. 59:1; 83:2, 3.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela