Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g89 2/8 k. 31
  • “Indalo Yonke Ngaphakathi Kogebhezi”

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • “Indalo Yonke Ngaphakathi Kogebhezi”
  • I-Phaphama!—1989
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Busebenza Kanjani Ubuchopho Bakho?
    I-Phaphama!—1999
  • Ubuchopho—“Bungcono Kunecomputer”
    I-Phaphama!—1988
  • Ubuchopho Bakho—Buyinkimbinkimbi Eyisimangaliso
    I-Phaphama!—1999
  • Ubuchopho Bakho—Ungabusebenzisa Kanjani Ngokunenzuzo?
    I-Phaphama!—1999
Bheka Okunye
I-Phaphama!—1989
g89 2/8 k. 31

“Indalo Yonke Ngaphakathi Kogebhezi”

“Ingqondo yomuntu iyindalo yonke ngaphakathi kogebhezi. Iwukuphela kwesitho somuntu esinamakhono angapheli,” kuphawula usosayensi waseSoviet nochwepheshe wezengqondo uNatalya Bekhtereva.

Ukuze kuhlolwe lawomakhono, ingqondo kumelwe isetshenziswe futhi iqeqeshwe. Futhi isifundo esibaluleke kakhulu umuntu angasebenzisela kuso ingqondo yakhe esoMklami wengqondo, uJehova uNkulunkulu.

Kanjalo umlobi wezaga ohlakaniphileyo wathi: “Uma ukufuna [ukuhlakanipha] njengesiliva, ukuphenya njengamagugu afihliweyo, khona uyakuqonda ukumesaba uJehova, ufumane ukumazi uNkulunkulu.”—IzAga 2:1-5.

Ingabe uyayisebenzisa ingqondo yakho ukuze uthole ‘ukumazi uNkulunkulu’ okuyigugu?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela