Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mrt isihloko 108
  • UJesu Uzoqeda Ubumpofu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • UJesu Uzoqeda Ubumpofu
  • Izihloko Ezengeziwe
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJesu Uzoqeda Izimpi
    Izihloko Ezengeziwe
  • Lingisa Isibonelo SikaJesu Ukhathalele Abampofu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2006
  • UJesu Uzoqeda Ubugebengu
    Izihloko Ezengeziwe
  • Ubani Ongamethemba?—Lithini IBhayibheli?
    Izihloko Ezengeziwe
Bheka Okunye
Izihloko Ezengeziwe
mrt isihloko 108
Izandla ezikhangezile zomuntu ocela usizo.

panitan/stock.adobe.com

UJesu Uzoqeda Ubumpofu

Ngesikhathi esemhlabeni,uJesu wabonisa uthando olukhulu ngabantu, ikakhulu kulabo ababempofu nababehlukumezekile. (Mathewu 9:36) Waze wanikela ngokuphila kwakhe ukuze kuzuze abanye. (Mathewu 20:28; Johane 15:13) Maduze, uzophinde abonise ukuthi uyabathanda abantu ngokusebenzisa igunya namandla akhe njengeNkosi yoMbuso kaNkulunkulu ukuze aqede ukuhlupheka emhlabeni wonke.

Lisebenzisa amazwi asankondlo, iBhayibheli lichaza lokho uJesu azokwenza:

  • “Mayivikele abahluphekile, mayisindise amadodana ompofu.”—IHubo 72:4.

Yini esingayenza ukuze sibonise ukuthi siyabonga ngakho konke uJesu asenzele kona nalokho asazosenzela kona? Enye indlela iwukufunda ‘ngezindaba ezinhle zoMbuso kaNkulunkulu,’ okungumyalezo awushumayela. (Luka 4:43) Funda isihloko esithi “Uyini Umbuso KaNkulunkulu?”

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela