Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w16 Ephreli k. 2
  • Okuphakathi

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okuphakathi
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2016 (Efundwayo)
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2016 (Efundwayo)
w16 Ephreli k. 2

Okuphakathi

ISONTO LANGO-MAY 30, 2016–JUNE 5, 2016

3 Ukwethembeka Kuholela Ekwamukelweni UNkulunkulu

Lesi sihloko sizobonisa ukuthi yini eyasiza uJefta nendodakazi yakhe ukuba bahlale bethembekile ngisho nasezikhathini ezinzima. Sizofunda ngokuthi kungani kufanele senze konke esingakwenza ukuze samukelwe uNkulunkulu.

ISONTO LANGO-JUNE 6-12, 2016

9 “Vumelani Ukukhuthazela Kuphelelise Umsebenzi Wako”

Ukuze sithole ukuphila okuphakade, kumelwe sikhuthazele kuze kube sekupheleni. Lesi sihloko siqokomisa izinto ezine ezizosisiza sikhuthazele nezibonelo ezintathu zokukhuthazela ngokwethembeka. Sichaza nangomsebenzi okumelwe ukukhuthazela kuwuphelelise kithi ngabanye.

ISONTO LANGO-JUNE 13-19, 2016

15 Kungani Kufanele Sihlangane Ndawonye Ukuze Sikhulekele?

Kunezinto eziningi ezingenza sikuthole kunzima ukuba khona njalo emihlanganweni. Lesi sihloko sizosikhuthaza ukuba siqhubeke siba khona emihlanganweni ngokuchaza ukuthi kungani ukuba khona emihlanganweni kusizuzisa, kusiza abanye nokuthi kungani kumjabulisa uJehova.

ISONTO LANGO-JUNE 20-26, 2016

21 Londoloza Ukungathathi Hlangothi Ezweni Elihlukene Phakathi

Nakuba ohulumeni abaningi namuhla besivumela ukuba singathathi hlangothi, njengoba sisondela ekupheleni singalindela ukuba bangakuthandisisi lokhu. Kulesi sihloko, sizoxoxa ngezinto ezine ezizosisiza sihlale sithembekile kuJehova.

27 Indaba Yokuphila—Ababeyizindela Baba Odadewabo Bomunye Nomunye Bangempela Abangokomoya

31 Ingabe Inkonzo Yakho Injengamazolo?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela