Okuphakathi
February 2016
© 2016 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
ISONTO LANGO-APRIL 4-10, 2016
3 UJehova Wambiza Ngokuthi “Umngane Wami”
ISONTO LANGO-APRIL 11-17, 2016
9 Lingisa Abangane BakaJehova Abakhulu
Lezi zihloko zizosisiza siqinise ubungane bethu noJehova uNkulunkulu. Esihlokweni sokuqala, sizofunda esibonelweni sika-Abrahama. Kwesesibili, sizofunda esibonelweni sikaRuthe, esikaHezekiya nesikanina kaJesu, uMariya.
ISONTO LANGO-APRIL 18-24, 2016
14 Zibonakalise Uqotho KuJehova
ISONTO LANGO-APRIL 25, 2016–MAY 1, 2016
20 Funda Ezincekwini ZikaJehova Eziqotho
Kulezi zihloko, sizoxoxa ngokulandisa kweBhayibheli okuphathelene neNkosi uDavide nabanye ababephila ngesikhathi sayo. Ngokuhlola izibonelo zabo, sizofunda ukuthi singahlala kanjani siqotho kuJehova ngisho nangaphansi kwezimo ezinzima.
26 Indaba Yokuphila—UJehova Ungenze Ngaphumelela Enkonzweni Yakhe
ISITHOMBE ESISESEMBOZWENI:
IBENIN
Endaweni yaseHétin, abantu abaningi bakha izindlu zabo phezu kwezigxobo ukuze zingacwili emanzini. Basebenzisa izikebhe ezincane lapho behamba. Abamemezeli abangu-215 namaphayona angu-28 emabandleni amathathu akule ndawo, bajabula kakhulu lapho abantu abangu-1 600 beba khona eSikhumbuzweni ngo-2014
INANI LABANTU
10 703 000
ABAMEMEZELI
12 167
AMAPHAYONA AVAMILE