Ikhasi Lesihloko/Ikhasi Labanyathelisi
INcwadi Yonyaka YoFakazi BakaJehova
Iqukethe Umbiko Wonyaka Wenkonzo Ka-1997
“Wonke Umuntu Obiza Igama LikaJehova Uyosindiswa.”
Lombhalo wamaRoma 10:13 unikeza abantu bazo zonke izinhlobo ithemba. Udlulisela nomuzwa wokuphuthuma. Uyisihloko sethu sonyaka ka-1998 esifike ngesikhathi.