Okutholakala Ku-JW Library Naku-JW.ORG
IZINTO OFAKAZI BAKAJEHOVA ABABHEKANE NAZO
Usizo Ezisebenzini Zasezibhedlela Ezibhekene Nokucindezeleka
Basithola kanjani isikhuthazo esiwusizo abahlengikazi nezisebenzi zasesibhedlela phakathi ne-COVID-19?
INTSHA IYABUZA
Kubaluleke Kangakanani Ukuba Usaziwayo Ezinkundleni Zokuxhumana?
Abanye bafaka ukuphila kwabo engozini ukuze nje balandelwe abantu abaningi kuthandwe namaphosti abo. Kodwa ingabe kubaluleke kangako ukuba usaziwayo ezinkundleni zokuxhumana?
INDLELA IMINIKELO YENU ESETSHENZISWA NGAYO
Amahhovisi Okuhumusha Azuzisa Izigidi
Thola ukuthi indawo iqembu labahumushi elikuyo iba namuphi umthelela endleleni abahumusha ngayo.