Efundwayo
NOVEMBA 2020
ZIHLOKO EZIZOFUNDWA: JANUWARI 4–31, 2021
© 2020 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
Lo magazini awudayiswa. Uyingxenye yomsebenzi wokufundisa ngeBhayibheli owenziwa emhlabeni wonke osekelwa ngeminikelo yokuzithandela. Ukuze unikele, sicela ungene ku-donate.jw.org.
Ngaphandle kwalapho kuboniswe ngenye indlela, izingcaphuno zemiBhalo zithathwe kuyi-Nguqulo Yezwe Elisha YemiBhalo Engcwele yolimi lwanamuhla.
ISITHOMBE ESISEKHASINI 1:
Ngesikhathi kunesiphepho esinamandla olwandle, ingelosi iqinisekisa uPawulu ukuthi wonke umuntu osemkhunjini uzosinda kulolu hambo oluyingozi (Bheka isihloko esifundwayo 46, isigaba 5)