Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb24 Mashi k. 5
  • Mashi 18-24

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Mashi 18-24
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2024
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2024
mwb24 Mashi k. 5

MASHI 18-24

IHUBO 19-21

Ingoma 6 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Umfowethu ubuka isibhakabhaka esigcwele izinkanyezi.

1. “Amazulu Amemezela Inkazimulo KaNkulunkulu”

(10 imiz.)

Indalo kaJehova imemezela inkazimulo yakhe (Hu 19:1; w04 1/1 8 ¶1-2)

Ilanga liyindalo emangalisayo (Hu 19:​4-6; w04 6/1 11 ¶8-10)

Kufanele sifunde endalweni kaNkulunkulu (Mat 6:28; g95 11/8 7 ¶3)

NAKHU ENINGAKWENZA EKUKHULEKELENI KOMNDENI: Bukani indalo bese nixoxa ngalokho enifundisa kona ngoJehova.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 19:​7-9—La mavesi asankondlo ayisibonelo sendlela ekhethekile yokubhala inkondlo yesiHebheru ngamuphi umqondo? (it-1-E 1073)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

(4 imiz.) Hu 19:​1-14 (th isifundo 11)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA OBALA. Nikeza othile isimemo seSikhumbuzo bese usebenzisa i-jw.org ukuze uthole iSikhumbuzo esiseduze nalapho ehlala khona. (lmd isifundo 2 iphuzu 3)

5. Ukuqala Ingxoxo

(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Yamukela umuntu oze eSikhumbuzweni ngoba ethole isimemo emnyango. Hlela isikhathi ozophendula ngaso imibuzo yakhe. (lmd isifundo 3 iphuzu 4)

6. Ukuchaza Izinkolelo Zakho

(5 imiz.) Inkulumo. ijwfq 45—Isihloko: Kungani OFakazi BakaJehova Begcina ISidlo SeNkosi Sakusihlwa Ngendlela Ehlukile Kweyezinye Izinkolo? (th isifundo 6)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 141

7. Yakha Ukholo Lwakho Ngokubuka Indalo

(15 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:

Indalo ikwenza kanjani ube nokholo kuMdali?

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

(30 imiz.) bt isahl. 7 ¶9-13, ibhokisi ek. 56

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 127 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela