Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb24 Januwari k. 2
  • Januwari 1-7

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Januwari 1-7
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2024
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2024
mwb24 Januwari k. 2

JANUWARI 1-7

JOBE 32-33

Ingoma 102 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

U-Elihu ulalele uJobe ogcwele amathumba futhi uzwelana naye.

U-Elihu ulalele uJobe futhi uzwelana naye njengoba eveza indlela azizwa ngayo

1. Duduza Abacindezelekile

(10 imiz.)

Phatha abanye ngendlela ophatha ngayo abangani bakho (Job 33:1; it-1-E 710)

Yiba nozwela, ungabahluleli abanye (Job 33:6, 7; w14 6/15 25 ¶8-10)

Ngaphambi kokuba ukhulume, lalela futhi ucabange njengo-Elihu (Job 33:8-12, 17; w20.03 23 ¶17-18; bheka isithombe esisekhasini 1)

Udade ulalele umama okhulisa yedwa izingane ocindezelekile futhi uzwelana naye. Abafanyana balo mama bayadlala kwelinye ikamelo.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Job 33:25—Leli vesi lisisiza kanjani singakhathazeki ngokweqile ngendlela esibukeka ngayo njengoba sikhula? (w13 1/15 19 ¶10)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundwenikweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

(4 imiz.) Job 32:1-22 (th isifundo 12)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Khuluma Ngezinto Abantu Abazithandayo—Lokho UJesu Akwenza

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, bese nixoxa ngencwajana ethi Thanda Abantu, isifundo 1 amaphuzu 1-2.

5. Khuluma Ngezinto Abantu Abazithandayo—Lingisa UJesu

(8 imiz.) Ingxoxo esekelwe encwajaneni ethi Thanda Abantu, isifundo 1 amaphuzu 3-5 nengxenye ethi “Bheka Nale Mibhalo.”

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 116

6. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

(30 imiz.) bt isahl. 4 ibhokisi ek. 30

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 54 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela