Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Novemba k. 13
  • Engingakwenza Ukuze Ngigcine Idumela Lethu Lilihle

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Engingakwenza Ukuze Ngigcine Idumela Lethu Lilihle
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Izinqumo Ezibonisa Ukuthi Sithembela KuJehova
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
    Isimiso SoMhlangano Wesigodi Onombonisi Wesigodi Ka-2025-2026
  • Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
    Isimiso SoMhlangano Wesigodi Onommeleli Wegatsha Ka-2025-2026
  • Ukufunda IBhayibheli Nsuku Zonke Nokufuna Ukuhlakanipha
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Novemba k. 13

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Engingakwenza Ukuze Ngigcine Idumela Lethu Lilihle

Abantu bayayiqaphela indlela oFakazi BakaJehova abaziphatha ngayo. (1Ko 4:9) Singase sizibuze, ‘Engikushoyo nengikwenzayo kuyamdumisa yini uJehova?’ (1Pe 2:12) Asifuni neze ukwenza noma yini engalimaza idumela elihle loFakazi BakaJehova asebezakhele lona iminyaka eminingi.—Shu 10:1.

Bhala phansi lokho umKristu okufanele akwenze kanye nezimiso zeBhayibheli eziwusizo kulezi zimo ezilandelayo:

  • Umuntu ongeyena uFakazi ukungxeka ngolaka

  • Izingubo zakho zokugqoka, imoto, indawo ohlala kuyo ingcolile

  • Umthetho wendawo uwubona ungenabulungisa futhi kunzima ukuwulalela

Izithombe: Isiqephu esikuvidiyo ethi “Ukuthuthukisa Uthando Nenhlonipho Ngeqiniso.” 1. Umzalwane usebenzisa incwadi yokucwaninga. 2. Umzalwane nodade babheka isikhombo esithile ukuze benze ucwaningo. 3. Amaphepha apakishwe eceleni kwencwajana ethi “The Origin of Life​—⁠Five Questions Worth Asking.” 4. Owesifazane ubuka iwebhusayithi ye-jw.org efonini yakhe.

Yini abacwaningi abasebenza eMnyangweni Wokubhala abaye bayenza ukuze bagcine idumela lethu lilihle?

BUKELANI IVIDIYO ETHI UKUTHUTHUKISA UTHANDO NENHLONIPHO NGEQINISO BESE NIPHENDULA UMBUZO OLANDELAYO:

Yini ekuhlaba umxhwele ngendlela inhlangano elungiselela ngayo izinto zokufundisa ezinembile?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela