Novemba 20-26
JOBE 18-19
Ingoma 44 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungalokothi Ubalahle Okhonza Kanye Nabo”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 19:1, 2—Yini esiyifundayo kulokho uJobe akusho lapho “abangani” bakhe besho amazwi abuhlungu? (w94 10/1 32)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 18:1-21 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mmemele emihlanganweni yethu bese wethula ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali) bese nixoxe ngayo (th isifundo 3)
Inkulumo: (5 imiz.) w20.10 17 ¶10-11—Isihloko: Khuthaza Abafundi Ukuba Bathole Abangani Ebandleni. (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Siza Abanye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Uma kungenzeka buza izingane ozikhethile le mibuzo: Izingane zingabasiza kanjani abanye?
Ungathanda ukwenzani ukuze usize abanye?
“Ilungiselelo Lokwalusa Amalungu Omndeni WaseBethel”: (10 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) bt isahl. 2 ¶8-15
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 63 Nomthandazo