Novemba 13-19
JOBE 15-17
Ingoma 90 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungamlingisi U-Elifazi Lapho Ududuza”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 16:22—Ingabe amazwi kaJobe abonisa ukuthi wayengakholelwa ovukweni? (w06 3/15 14 ¶11)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 17:1-16 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: IBhayibheli—Job 26:7. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli bese umnikeza nekhadi elinemininingwane yesifundo seBhayibheli. (th isifundo 11)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff ingxenye 1 imibuzo yokubukeza 6-10 (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) bt isahl. 2 ¶1-7 nesethulo sengxenye 1
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 118 Nomthandazo