Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Septhemba k. 8
  • Okthoba 2-8

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okthoba 2-8
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Septhemba k. 8

Okthoba 2-8

JOBE 1-3

  • Ingoma 141 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Qhubeka Ubonisa Ukuthi Umthanda Kakhulu Kangakanani UJehova”: (10 imiz.)

  • Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)

    • Job 1:10 Leli vesi lisisiza kanjani siqonde amazwi kaJesu abhalwe kuMathewu 27:46? (w21.04 11 ¶9)

    • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 3:1-26 (th isifundo 12)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mazise ngewebhusayithi yethu futhi umshiyele ikhadi lemininingwane le-jw.org. (th isifundo 9)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? futhi nixoxe ngayo (kodwa ungayidlali) (th isifundo 20)

  • Inkulumo: (5 imiz.) w22.01 11-12 ¶11-14—Isihloko: Fundisa Ngendlela Ephumelelayo NjengoJakobe—Bheka Isimo Njengoba Sinjalo futhi Uthobeke. (th isifundo 18)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 21

  • Ngangicabanga Ukuthi Kwanele Engangikwenza: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Bese ubuza izilaleli: Kungayiphi indlela umfoweth’ uBirdwell abona sengathi “kwanele ayekwenza”?

    Ukuzindla ngomBhalo kaMathewu 6:33 kwamsiza kanjani?

    Yini enye oyithandile kulokho okwenzeka emndenini kaBirdwell?

  • “Sebenzisa Ikhasi Lokuqala Le-JW.ORG Enkonzweni”: (5 imiz.) Ingxoxo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 59 iphuzu 6, ufundeni, ukubuyekeza nomgomo

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 129 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela