Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Septhemba k. 2
  • Septhemba 4-10

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Septhemba 4-10
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Septhemba k. 2

Septhemba 4-10

ESTERI 1-2

  • Ingoma 137 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Lwela Ukuba Nesizotha Njengo-Esteri”: (10 imiz.)

  • Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)

    • Est 2:5—Ibuphi ubufakazi obubonakala busekela indaba kaMoridekayi etholakala eBhayibhelini? (w22.11 31 ¶3-6)

    • Imaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Est 1:13-22 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: UMbuso—Mat 6:9, 10. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 1)

  • Inkulumo: (5 imiz.) w20.11 12-14 ¶3-7—Isihloko: Usizo Oluvela KuJesu nasezingelosini. (th isifundo 14)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 106

  • Okushiwo Ontanga Yakho—Ukubukeka Komzimba: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Bese ubuza izilaleli: Kungani kungaba nzima ukuba nombono olinganiselayo ngendlela esibukeka ngayo?

    Isimiso esitholakala encwadini yoku-1 Petru 3:3, 4 singasisiza kanjani sibe nombono olinganiselayo ngathi?

  • Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaSepthemba ethi Okufezwa Inhlangano.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 56, imibhalo esekugcineni 6 no-7

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 101 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela