Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Meyi k. 7
  • Meyi 22-28

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Meyi 22-28
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Meyi k. 7

Meyi 22-28

2 IZIKRONIKE 25-27

  • Ingoma 80 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova Unendlela Yokukunika Okuningi Kakhulu Kunalokho”: (10 imiz.)

  • Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)

    • 2Kr 26:4, 5​—Isibonelo sika-Uziya sisifundisani ngokubaluleka kokuba nomuntu ovuthiwe ongakweluleka? (w07 12/15 10 ¶1-2)

    • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 25:1-13 (th isifundo 12)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli futhi umshiyele ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngewebhusayithi yethu futhi umshiyele ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 15)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 10 isethulo namaphuzu 1-3 (th isifundo 3)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 136

  • Dela Konke Ukuze Uthole Ukuphila Okuphakade (Marku 10:29, 30): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, buza izilaleli: Isithembiso sikaJesu esikuMarku 10:29, 30 sisikhuthaza ukuba senzeni? Yini uJesu ayenza njengoba abafowabo ngamzali munye baqale bangaba nokholo kuye? Yini okufanele siyikhumbule ngamalungu emindeni yethu angewona oFakazi?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 46

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 51 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela