Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Mashi k. 15
  • Izinqumo Ezibonisa Ukuthi Sithembela KuJehova

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Izinqumo Ezibonisa Ukuthi Sithembela KuJehova
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
    Isimiso SoMhlangano Wesigodi Onombonisi Wesigodi Ka-2025-2026
  • Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
    Isimiso SoMhlangano Wesigodi Onommeleli Wegatsha Ka-2025-2026
  • Ukufunda IBhayibheli Nsuku Zonke Nokufuna Ukuhlakanipha
    INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
  • Bona Intuthuko Yakho
    Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni
Bheka Okunye
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Mashi k. 15

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Izinqumo Ezibonisa Ukuthi Sithembela KuJehova

Nsuku zonke kumele senze izinqumo eziningi. Ngokuvamile abantu ezweni basekela izinqumo zabo beqondiswa imizwelo noma balandele iningi. (Eks 23:2; IzA 28:26) Ngakolunye uhlangothi, labo abathembela kuJehova ‘bayamqaphela’ ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli ukuze zibaqondise lapho benza izinqumo.​—IzA 3:5, 6.

Ngokwalokhu okulandelayo, bhala phansi isimo ongasebenzisa kuso le mibhalo engakusiza wenze isinqumo esihle.

  • Mat 6:33

  • Rom 12:18

  • 1Ko 10:24

  • Efe 5:15, 16

  • 1Ti 2:9, 10

  • Heb 13:5

BUKELANI IVIDIYO ETHI LINGISA ABANOKHOLO, HHAYI ABANGENALO​—UMOSE, HHAYI UFARO, BESE NIPHENDULA LO MBUZO OLANDELAYO:

Isiqephu esikuvidiyo ethi “Lingisa Abanokholo, Hhayi Abangenalo​—UMose, Hhayi UFaro.” Umzalwane uya emhlanganweni, njengoba ephuma uthola ucingo oluphuthumayo oluvela emsebenzini.

Isibonelo esiseBhayibhelini samsiza kanjani lo mzalwane ukuba enze isinqumo esihle?

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela