Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb23 Mashi k. 5
  • March 20-26

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • March 20-26
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2023
mwb23 Mashi k. 5

Mashi 20-26

2 IZIKRONIKE 1-4

  • Ingoma 41 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “INkosi USolomoni Yenza Isinqumo Esingahlakaniphile”: (10 imiz.)

  • Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)

    • 2Kr 1:11, 12​—Lokhu kulandisa kusifundisani ngemithandazo yethu? (w05 12/1 19 ¶6)

    • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 4:7-22 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Mema osebenza naye, ofunda naye esikoleni noma isihlobo. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Buyela kumuntu obonise ukuthi uyathanda ukufunda nowamukele isimemo seSikhumbuzo. Mchazele ngesifundo samahhala seBhayibheli bese umnikeza incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! Yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 17)

  • Esifundweni seBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 09 iphuzu 5 (th isifundo 9)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 19

  • Uzobe Ululungele Yini Usuku Olubaluleke Kunazo Zonke Onyakeni?: (15 imiz.) Inkulumo nevidiyo. Izokwenziwa umbonisi wenkonzo. Chaza ukuthi umkhankaso weSikhumbuzo uhamba kanjani ensimini yenu. Xoxa nabathile abanokuhle abakuthole ensimini. Khuluma ngesimiso sokufundwa kweBhayibheli kweSikhumbuzo esisemakhasini 8 no-9, bese ukhuthaza bonke ukuba balungise izinhliziyo zabo. (Ezr 7:10) Xoxa ngendlela eningabamukela ngayo ngemfudumalo abeze eSikhumbuzweni. (Ro 15:7; mwb16.03 2) Dlala ividiyo ethi Indlela Yokwenza Isinkwa SeSikhumbuzo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 41 amaphuzu 1-4

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 135 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela