Disemba 19-25
2 AMAKHOSI 18-19
Ingoma 148 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indlela Abantu Abasiphikisayo Abazama Ngayo Ukusifaka Amanzi Emadolweni”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 19:37—Leli vesi likubonisa kanjani ukubaluleka kokucabangisisa ngokwethembeka kwemivubukulo? (it-1-E 155 ¶4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 18:1-12 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mmemele emihlanganweni yethu, wethule ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? futhi nixoxe ngayo (kodwa ungayidlali) (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli samahhala futhi umshiyele ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 2)
Inkulumo: (5 imiz.) w20.11 15 ¶14—Isihloko: Thandazela Labo Abashushiswayo—Kanjani? (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Jabula Lapho Ushushiswa”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Singajabula Nakuba Sishushiswa.
Izidingo Zebandla: (7 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 32 amaphuzu 1-4 neshadi elithi “Indlela Iphupho Lesihlahla Elihlobana Ngayo NoMbuso KaNkulunkulu”
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 22 Nomthandazo