UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Kungani AmaKristu Kufanele Afune Ukwenza Okwengeziwe
Abafowethu nodadewethu basebenza kanzima ukuze bafinyelele imigomo engokomoya, njengokuphayona, inkonzo yaseBethel nokwakha amaHholo oMbuso. Ngaphezu kwalokho abazalwane basebenza kanzima ukuze babe ababonisi. (1Ti 3:1) Ingabe lokho kusho ukuthi amaKristu kufanele azimisele ukuthola izikhundla ezithile noma ukuvelela?
BUKELANI IVIDIYO ETHI KUNGANI UFUNA UKWENZA OKWENGEZIWE? (1Ti 3:1) BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:
Le mibhalo elandelayo isisiza kanjani siqonde izizathu ezintathu zokufuna ukwenza okwengeziwe?