Novemba 14-20
2 AMAKHOSI 7-8
Ingoma 143 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJehova Wenza Okungalindelekile Kwenzeka”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 8:19—UJehova wabenza kanjani baba “isibani” uDavide namadodana akhe? (it-2-E 195 ¶7)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 7:1-11 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: IBhayibheli—IsA 21:3, 4. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Xoxela umuntu ngewebhusayithi yethu bese umshiyela ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela ukumqhubela isifundo seBhayibheli, wethule ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? futhi nixoxe ngayo (kodwa ungayidlali) (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 27
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 18 Nomthandazo