Novemba 7-13
2 AMAKHOSI 5-6
Ingoma 55 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Baningi Abanathi Kunabanabo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 5:15, 16—Kungani u-Elisha engazange asamukele isipho sikaNahamani futhi sifundani kulokho? (w05 8/1 9 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 5:1-14 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Izindaba Ezinhle—Hu 37:10, 11. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 12)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 08 isethulo namaphuzu 1-3 (th isifundo 15)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yiba Ngumuntu Ophanayo”: (15 imiz.) Ingxoxo eyenziwa umdala. Dlalani ividiyo ethi Siyawazisa Umoya Wenu Wokupha. Ncoma ibandla ngezindlela elibonisa ngazo ukuthi liyaphana.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 26
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 30 Nomthandazo