Okthoba 17-23
1 AMAKHOSI 21-22
Ingoma 134 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lingisa Indlela UJehova Alisebenzisa Ngayo Igunya”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 21:27-29—Sazi kanjani ukuthi izenzo zika-Ahabi azibonisanga ukuphenduka kwangempela? (w21.10 3 ¶4-6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 22:24-38 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela ukumqhubela isifundo seBhayibheli usebenzisa incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 4)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli esifundweni 01. (th isifundo 6)
Inkulumo: (5 imiz.) w15 3/15 6-7 ¶10-12—Isihloko: Sifundani Esibonelweni SikaNabhoti Sokubaqotho? (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Uthando Luyabekezela Futhi Lunomusa”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli: Njengenhloko yomndeni, u-Alexandru wakubonisa kanjani ukubekezela nomusa? Kungani uDorina ekugcineni enza izinguquko ezinhle? Le ndaba isifundisa ziphi izifundo?
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 23
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 50 Nomthandazo