Septhemba 12-18
1 AMAKHOSI 11-12
Ingoma 137 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Khetha Umuntu Ozoshada Naye Ngokuhlakanipha”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 12:21-24—Yini esiyifundayo ngokulalela kweNkosi uRehobowamu? (w18.06 14 ¶1-4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 12:21-33 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngesikhathi somkhankaso. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qhubeka nesifundo seBhayibheli enisiqalile lapho nixoxa okokuqala, nisebenzisa isifundo 01 sencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 11)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 07 iphuzu 4 (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Umshado—Isibopho Esihlala Ukuphila Kwakho Konke”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ukulungiselela Umshado—Ingxenye 3: ‘Bala Izindleko.’
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 19 amaphuzu 1-4
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 63 Nomthandazo