Agasti 15-21
1 AMAKHOSI 5-6
Ingoma 122 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Balakha Ngezikhwepha Zabo Nangokusuka Enhliziyweni”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 6:1—Leli vesi libonisani ngeBhayibheli? (g 5/12 17, ibhokisi)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 5:1-12 (th isifundo 12)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ingxoxo usebenzisa isembozo esingemuva sencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! Hlela ukubuyela ukuze uphendule umbuzo wesifundo 01. (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Buyela kumuntu owamukele incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese umbonisa ukuthi siqhutshwa kanjani isifundo seBhayibheli. (th isifundo 2)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 06 iphuzu 5 (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukubona Isandla SikaJehova Lapho Kwakhiwa AmaHholo OMbuso: (15 imiz.) Dlala le vidiyo. Yibe usubuza izilaleli: Yiziphi izinto ezenzeka eMicronesia ezinikeza ubufakazi bokuthi sikhona isibusiso sikaJehova emisebenzini yokwakha amaHholo oMbuso? Umoya ongcwele usiza kanjani emisebenzini yokwakha izakhiwo zenhlangano? Usibone kanjani isibusiso sikaJehova emisebenzini yokwakha oye wahlanganyela kuyo?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 16
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 20 Nomthandazo