Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb22 Julayi k. 10
  • Agasti 8-14

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Agasti 8-14
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
mwb22 Julayi k. 10

Agasti 8-14

1 AMAKHOSI 3-4

  • Ingoma 88 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Ukubaluleka Kokuhlakanipha”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • 1Kh 4:20​—Isho ukuthini inkulumo ethi “babebaningi, bengangezihlabathi zolwandle”? (w98 2/1 11 ¶15)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 3:1-14 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele umninikhaya ngesifundo seBhayibheli bese umnikeza ikhadi elinemininingwane yesifundo samahhala seBhayibheli. (th isifundo 1)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese wethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 3)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 06 iphuzu 4 (th isifundo 12)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 127

  • Izidingo Zebandla: (10 imiz.)

  • Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo​—Yiba Nesandla Esivulekile: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngokholo, Ngena Emnyango Okuvulekele Oholela Emsebenzini​—‘Bekela Eceleni Okuthile’ Ukuze Wenze Umsebenzi KaJehova. Ngemva kwalokho, buza izilaleli: Kungaziphi izindlela le ndoda nomkayo bapha ngesandla esivulekile?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 15 nombhalo osekugcineni 2

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 14 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela