Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb22 Julayi k. 4
  • Julayi 11-17

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Julayi 11-17
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
mwb22 Julayi k. 4

Julayi 11-17

2 SAMUWELI 20-21

  • Ingoma 62 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJehova UnguNkulunkulu Wobulungisa”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • 2Sa 21:15-17​—Yiziphi izifundo esizithola kule ndaba? (w13 1/15 31 ¶14)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 20:1-13 (th isifundo 2)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Injongo KaNkulunkulu—Isay 55:11. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli bese umnikeza ikhadi elinemininingwane yesifundo samahhala seBhayibheli. (th isifundo 4)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese umbonisa ukuthi siqhutshwa kanjani isifundo seBhayibheli. (th isifundo 11)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 58

  • “Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo​—Ukuthuthela Endaweni Enesidingo Esikhulu Sabamemezeli”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ngokholo, Ngena Ngomnyango Okuvulekele Oholela Emsebenzini​—Thuthela Endaweni Enesidingo Esikhulu Sabamemezeli.

  • “Indlela Yokusebenzisa Ingxenye Ethi Ongase Uxoxe Ngakho”: (5 imiz.) Le nkulumo izokwenziwa umbonisi WoMhlangano Wokuphila Nenkonzo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 12

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 3 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela