Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb22 Julayi k. 2
  • Julayi 4-10

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Julayi 4-10
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
mwb22 Julayi k. 2

Julayi 4-10

2 SAMUWELI 18-19

  • Ingoma 138 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UBharizilayi​—Isibonelo Sokuba Nesizotha”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • 2Sa 19:24-30​—Singasithola kanjani isikhuthazo esibonelweni sikaMefibhosheti? (w20.04 30 ¶19)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Sa 19:31-43 (th isifundo 2)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Injongo KaNkulunkulu​—Gen 1:28. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.a Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 1)

  • Inkulumo: (5 imiz.) w21.08 23-25 ¶15-19​—Isihloko: Yimiphi Imigomo Efinyelelekayo Esingazibekela Yona Lapho Izimo Zingasivumeli? (th isifundo 20)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 81

  • “Zibekele Imigomo Yonyaka Omusha Wenkonzo​—Ukuphayona”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yiba Iphayona Elinesibindi.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 11

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 97 Nomthandazo

a Bheka isihloko esisekhasini 16.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela