Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb22 Mashi k. 8
  • Ephreli 4-10

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ephreli 4-10
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2022
mwb22 Mashi k. 8

Ephreli 4-10

1 SAMUWELI 20-22

  • Ingoma 90 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “Indlela Yokuba Umngane Okahle”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • 1Sa 21:12, 13​—Singafundani ezenzweni zikaDavide? (w05 3/15 24 ¶5)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 22:1-11 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (2 imiz.) Buyela kumuntu obonise isithakazelo futhi wemukela isimemo seSikhumbuzo. (th isifundo 6)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Lapho inkulumo yeSikhumbuzo isiphelile, xoxa nomuntu ommemile bese uphendula imibuzo ayibuzayo ngenkulumo. (th isifundo 12)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 04 iphuzu 3 (th isifundo 20)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 85

  • “Bangobani Abangane Bakho Ezinkundleni Zokuxhumana?”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Hlakanipha Lapho Usebenzisa Izingosi Zokuxhumana.

  • Yamukela Abasivakashele: (5 imiz.) Le nkulumo izosingathwa umbonisi wenkonzo futhi isekelwe esihlokweni esise-Ncwajaneni Yomhlangano Wokuphila Nenkonzo kaMashi 2016. Tshela ibandla ngalokho osekwenziwe ensimini ngalo mkhankaso. Khuluma ngeSimiso Sokufundwa KweBhayibheli KweSikhumbuzo esisekhasini 10 no-11 futhi bakhuthaze bonke ukuba balungise izinhliziyo zabo njengoba kuzoba iSikhumbuzo. (Ezr 7:10) Bakhumbuze ngamalungiselelo ebandla enziwe okuba khona noma okubukela lo mhlangano.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr Ukufingqwa Kwamaqiniso Acacisiwe, imibuzo 1-4

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 95 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela