Mashi 14-20
1 SAMUWELI 14-15
Ingoma 89 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukulalela Kungcono Kunomhlatshelo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 15:24—Yisiphi isifundo esiyisixwayiso iphutha likaSawule elisifundisa sona mayelana nozwela? (it-1-E 493)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 15:1-16 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: UJesu—Mat 20:28. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela ukumqhubela isifundo seBhayibheli, wethule ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? futhi nixoxe ngayo (kodwa ungayidlali). (th isifundo 11)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Umkhankaso WeSikhumbuzo Uzoqala NgoMgqibelo, Mashi 19: (10 imiz.) Ingxoxo. Xoxa kafushane ngesimemo. Yisho amalungiselelo enziwe enkulumo ekhethekile neSikhumbuzo nawokuhlanganisa insimu. Dlala futhi nixoxe ngevidiyo esengxenyeni ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Yiba Umngane KaJehova—Lalela UJehova: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 22 ¶1-9 nevidiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 10 Nomthandazo