Januwari 3-9
ABAHLULELI 15-16
Ingoma 124 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukukhaphela—Kuwukukhohlakala!”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Hlu 16:1-3—Kumelwe siwaqonde kanjani la mavesi? (w05 3/15 27 ¶6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Hlu 16:18-31 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: UNkulunkulu Uyasikhathalela—Mat 10:29-31. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 3)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese wethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
IBhayibheli Lasindisa Umshado Wethu: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Yibe usubuza izilaleli: Yiziphi izimiso ezisemBhalweni ezasiza laba abashadile ukuba basindise imishado yabo? Ukuvuselela uhlelo lwabo lokutadisha iBhayibheli kwabasiza kanjani? Kungani abashadile kungafanele bayeke ukulwisana nezinkinga zomshado? Abashadile bangaluthola kuphi usizo olungokomoya?—Jak 5:14, 15.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 18 ¶9-15 nebhokisi 18A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 149 Nomthandazo