Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • mwb21 Novemba k. 5
  • Novemba 15-21

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Novemba 15-21
  • INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
INcwajana YoMhlangano Wokuphila KobuKristu Nenkonzo Yethu—2021
mwb21 Novemba k. 5

Novemba 15-21

JOSHUWA 23-24

  • Ingoma 50 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • “UJoshuwa Weluleka Isizwe Okokugcina”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Jos 24:2​—Ingabe ubaba ka-Abrahama, uThera, wayekhonza izithombe? (w04 12/1 12 ¶1)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 24:19-33 (th isifundo 11)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 20)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 01 ukubuyekeza, ufundeni? nomgomo (th isifundo 3)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 28

  • Gwema Abangane Ababi Emsebenzini: (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Gwema Izinto Eziphazamisa Ubuqotho​—Abangane Ababi. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo: Abangane ababi baba namuphi umthelela omubi kudade emsebenzini? Yiluphi ushintsho alwenza futhi lokho kwamsiza kanjani? Le vidiyo ikufundisa ziphi izifundo mayelana nokugwema abangane ababi?

  • Thola Abangane Ezindaweni Ongazilindele: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo: Iziphi izinkinga ezabangela u-Akil ukuba azihlanganise nabangane ababi esikoleni? Wabathola kanjani abangane abahle ebandleni? Le vidiyo ikufundisa ziphi izifundo mayelana nokuthola abangane abahle?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 16 ¶1-8 nevidiyo eyisethulo

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 39 Nomthandazo

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela