Okthoba 18-24
JOSHUWA 12-14
Ingoma 69 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Landela UJehova Ngenhliziyo Yakho Yonke”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Jos 13:2, 5—U-Israyeli walithola ngempela yini “izwe lamaGebhali”? (it-1-E 902-903)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 12:7-24 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela ukumqhubela isifundo seBhayibheli ngencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli esifundweni 01. (th isifundo 20)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 01 iphuzu 5 (th isifundo 18)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Hlale Ucabanga NgoJehova”: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Sebenzela UJehova Ngomphefumulo Wonke.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr ingxenye 4, isahl. 15 ¶1-7 nevidiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 32 Nomthandazo