Septhemba 13-19
JOSHUWA 1-2
Ingoma 97 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungaphumelela Kanjani?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Jos 2:4, 5—Kungani uRahabi adukisa izithunywa zenkosi ezazifuna izinhloli? (w04 12/1 8 ¶6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 2:1-16 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: IBhayibheli—Job 26:7. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli. (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Qhubeka Uqeqesha Amandla Akho Okuqonda”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi “Yiba Nonembeza Omuhle.”
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 13 ¶15-21
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 89 Nomthandazo