Agasti 23-29
DUTERONOMI 29-30
Ingoma 3 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukukhonza UJehova Akulukhuni”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 29:4—Isibonelo sama-Israyeli siyisixwayiso kanjani kithi? (it-1-E 665 ¶3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 29:1-18 (th isifundo 2)
UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mshiyele ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela ukufunda naye iBhayibheli, bese wethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 6)
Isifundo SeBhayibheli: (5 imiz.) lv 196-197 ¶3-5 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Akulukhuni Ukuba Nesibindi”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lingisa Labo Abanesibindi Hhayi Amagwala!
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 12 ¶15-21
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 90 Nomthandazo