Agasti 9-15
DUTERONOMI 24-26
Ingoma 137 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Indlela UMthetho Owawubonisa Ngayo Ukuthi UJehova Uyabakhathalela Abesifazane”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 24:1—Kungani kungafanele siphethe ngokuthi uMthetho KaMose wawukwenza kube lula ukuba indoda idivose umkayo? (it-1-E 640 ¶5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 26:4-19 (th isifundo 10)
UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 2)
Inkulumo: (5 imiz.) w19.06 23-24 ¶13-16—Isihloko: Singamsiza Kanjani Umuntu Oshonelwe Umuntu Ashade Naye? (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Phatha Abesifazane Abadala Njengomama, Abesifazane Abasebasha Njengodadewenu”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Bonisa Uthando Olungapheli Ebandleni—Kubafelokazi Nezintandane.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 12 ¶1-6 kanye nevidiyo eyisethulo nebhokisi 12A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 101 Nomthandazo